Kusho ukuthini ukuthi Indlu yegagu iyanetha? Kusuke kushiwo kumuntu othanda ukuziveza ukuthi uyazi kanti akazi lutho. Incazelo yokuthi idlue yegagu iyanetha kuchaza ukuthanda kakhulu ukunaka izindaba or ukwazi kakhulu ngezindaba zabantu ube ezakho zikwehlula. Enye incazelo Ukukhuluma kakhulu izindaba zabantu ezakho ube ungazikhulumi.
Ake sibheka sihlahlele lesisaga. Lesisaga sakhiwe ngamagama: indlu, igagu, ukunetha.Yini indlu? What is indlu? indlu is a zulu /swati word for a house. Note there is a difference between indlu and umuzi. Indlu ingaba wu round, ingaba yilawu, ingaba isitezi.
Yini igagu? Igagu is a zulu word for a person who sings and or dances very well. Igagu umuntu ohlabelela kahle noma osina kahle noma okwenza kokubili kahle. Igagu vs ibhimbi? Ibhimbi umnuntu ohlulwa ukuhlabelela noma ukusina noma ikona kokubili, ngesingisi singathi ibhimbi is an opposite of igagu.
Ukunetha is a zulu word which means 'to rain'. Imvula is rain in zulu. Qaphela isaga sikhuluma ngokuthi indlu iyanetha, akushiwongo ukuthi indlu iyaconsa or inamaconsi or iyavuza kodwa kuthiwe iyanetha. Ukuna vs ukunetha yini umahluko? Ake kube yi homework yakho ekhaya.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Comments | |
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
|